Umoya Wami
Lindani Gumede
3:53Nikela He nikela Nikela Ngako konke kuye Hawu nikela (Nikela) Nikela konke kuye (Nikela) Nikela ku Jesu (Nikela) (Ngako konke kuye) Yena walithand'izwe kangaka Waze wanikela ngendodana yakhe izelwe yodwa Ukuba lowo na lowo okholwa yiyo abe nokuphila Nawe letha konke kuJesu Yiza nezono zakho noba ngabe zinjani Nikela ginqela kuye Mnikeze nikela (Nikela) Nikela kuJesu (Nikela) Nikela (Nikela) (Ngako konke kuye) (Nikela) Nikela (Nikela) Nikela (Nikela) (Ngako konke kuye) Ngisho kuwe nawe ungamazi uJesu empilweni yakho Isikhathi sakho sobuyisa impilo yakho ku Jesu Letha konke izanazo zonke izono zakho Uzothethelelwa Woza woza woza kuJesu Noma ngabe ithemba selikuphelele empilweni yakho Ngithi woza kuJesu Ngithi woza kuJesu Mnikeze nikela (Nikela) Letha konke kuye (Nikela) Yena wafela bonke abathembela kuye (Nikela) (Ngako konke kuye) Letha konke kuJesu (Nikela) Woza woza nezono zakho (Nikela) Letha konke kuJesu (Nikela) Letha konke (Ngako konke kuye) UJesu uthanda wonk'umuntu Nase woza nezono zakho nongabe zinjani Uyakuthethelelwa uyakuthethelelwa Uyakuthethelelwa UJehova akamdeli umuntu Mus'ukulahl'ithemba Nawe uyathandwa emazulwini Nawe ungothandiweyo emazulwini Yiza nezono zakho nobe ngabe zinjani (Nikela) Nikela kuJesu (Nikela) Woza woza wozaku Jesu (Nikela) Woza kuJesu (Ngako konke kuye) Letha konke kuJesu