Kuyeza Ukukhanya (Feat. Mthunzi)
Mlindo The Vocalist
4:32Ngoba lento engphethe yahlula odokotela Ngisho ekhaya bayakhala Bathi bohlulekile Wena ufisa ukuba yimi ubocabanga kabili Wena ufisa ukuba yimi Nami nginazo inkinga wemfwethu Wena ufisa ukuba yimi Nami nginazo iyndleko zami Ufisa ukuba yimi Nami nginaso isifo weh Ufisa ukuba yimi ubocabanga kabiili eyami awuyfisi Ngoba lento engphethe yahlula odokotela Ngisho ekhaya bayakhala bathi bohlulekile Ngoba lento engphethe yahlula odokotela Ngisho ekhaya bayakhala bathi bohlulekile We themba lami weh ungilahlekele Kudala ngizama ngehlehluleke Emthola mpilo bahlulekile Bathi seksele iynsuku ezimbalwa ngiphila And I feel bad for my mama Ngoba uyangbona ngifa I feel like I'm done for sengiyavalelisa Ngime ngomthandazo wabangthandayo Ngoba impilo engiyphilayo kukhona abayfisayo Abaythandazelayo, babona ingakhaphandle layo Kanti alisikho konke Ubothanda impilo yakho (Love yours love yours) Ubothanda impilo yakho (Thanda ubomi bakho) Thanda impilo yakho (Love yours love yours) Ubothanda impilo yakho (Thanda ubomi bakho) Wena ufisa ukuba yimi Nami nginazo inkinga wemfwethu Wena ufisa ukuba yimi Nami nginazo iyndleko zami Ufisa ukuba yimi Nami nginaso isifo weh Ufisa ukuba yimi ubocabanga kabiili eyami awuyfisi Ngoba lento engphethe yahlula odokotela Ngisho ekhaya bayakhala bathi bohlulekile Ngoba lento engphethe yahlula odokotela Ngisho ekhaya bayakhala bathi bohlulekile Emhlabeni indlovu nendlovu isindwa umboko wayo Iqhawe neqhawe linesici salo Mengingaxoxa ngesimo sami ku Ngashona amalanga Ngihamba imthola mphilo baba kwaphela iminyaka Sengizengiyadideka impicabada Ngaqala ngisemcana sengimudala Ngoba lento engiphethe yahlula odokotela Ngisho ekhaya bayakhala bafuna usizo Ngoba lento engiphethe yahlula odokotela Ngisho ekhaya bayakhala bafuna usizo Ngiphuma kokhokhovula izinyanga zangemphela Wena Ufuna ukuba yimi Nkabi ngiyakuzwela Wena ufisa ukuba yimi Nami nginazo inkinga wemfwethu Wena ufisa ukuba yimi Nami nginazo iyndleko zami Ufisa ukuba yimi Nami nginaso isifo weh Ufisa ukuba yimi ubocabanga kabiili eyami awuyfisi Ngoba lento engphethe yahlula odokotela Ngisho ekhaya bayakhala bathi bohlulekile Ngoba lento engphethe yahlula odokotela Ngisho ekhaya bayakhala bathi bohlulekile