Eyani Inzondo
Madlala Brothers
3:57Ngithi hamba, hamba Khathazile Ngithi hamba, hamba Khathazile Ngithi hamba, hamba Khathazile Mina bengikwethemba ngithi ngizoshada nawe Sewenzani ke manje Mina bengikwethembe ngithi ngizoshada nawe Sewenzani ke manje Mina bengingazi ukuthi ngidlala ngesikhathi sami Uma ngithandana nawe Ngithi mina bengingazi ukuthi ngidlala ngesikhathi sami Uma ngithandana nawe Awusenamahloni nalomzimba wakho Uhamb'ukhonjwa ngabantu benyenyeza bethi Lona wayeyizinto zami Awusenamahloni nalomzimba wakho Uhamb'ukhonjwa ngabantu benyenyeza bethi Lona wayeyizinto zami Ngithi goodbye, hamba Khathazile Ngithi goodbye, hamba Khathazile Ngithi goodbye, hamba Khathazile Ngithi hamba, hamba Khathazile Ngithi hamba, hamba Khathazile Ngithi hamba, hamba Khathazile Mina bengikwethemba ngithi ngizoshada nawe Sewenzani ke manje Mina bengikwethemba ngithi ngizoshada nawe Sewenzani ke manje Ngithi goodbye, hamba Khathazile Ngithi goodbye, hamba Khathazile