Kwaze Kwangiphinda
Madlala Brothers
3:46Mina ngingethemba Angeke ngimethemb'umuntu ma Ngingethemba Angeke ngimethemb'umuntu Zanele benginawe Sisebenza kahl'ejalidini We Zanele benginawe Sisebenza kahl'ejalidini Wena wathi masuhamba Wakhuluma kabi ngami Wathi masuhamba Wakhuluma kabi ngami Wathi yimi engatshel'abelungu ukuth'ufaka amadoda kulomuzi Wathi yimi engatshel'abelungu ukuth'ufaka amadoda kulomuzi (Hayi unamanga, hayi unamanga) (Hayi unamanga, hayi unamanga) (Hayi unamanga) Angizange ngisho Ngangingasho kanjani Ngingasazi nesilungu Hayi unamanga Angizange ngisho Ngangingasho kanjani Ngingasazi nesilungu Hayi uyangiphoxa, hayi uyangiphoxa Ngingethemba Angeke ngimethemb'umuntu Mina ngingethemba Angeke ngimethemb'umuntu We Zanele benginawe Sisebenza kahl'ejalidini We Zanele benginawe Sisebenza kahl'ejalidini Wena wathi masuhamba Wakhuluma kabi ngami Wena wathi masuhamba Wakhuluma kabi ngami Wathi yimi engatshel'abelungu ukuth'ufaka amadoda kulomuzi Wathi yimi engatshel'abelungu ukuth'ufaka amadoda kulomuzi (Hayi unamanga, hayi unamanga) (Hayi unamanga) Angizange ngisho Ngangingasho kanjani Ngingasazi nesilungu Hayi unamanga Angizange ngisho Ngangingasho kanjani