Notice: file_put_contents(): Write of 636 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Madlala Brothers - Mathambo | Скачать MP3 бесплатно
Mathambo

Mathambo

Madlala Brothers

Альбом: Imali Yami
Длительность: 3:52
Год: 2012
Скачать MP3

Текст песни

Wo ngaze ngavelelwa inqaba
Wo ngaze ngavelelwa inqaba
Wo nal'ibhadi lami

Wo ngaze ngavelelwa inqaba
Wo ngaze ngavelelwa inqaba
Wo nal'ibhadi lami

O hayi oh we mntanami min'ake ungitshele bo
Ngenze njani mase kunje
We mntanami min'ake ungitshele bo
Ngenze njani mase kunje

Ingobamadolo yaze yangihlupha
Ingobamadolo yaze yanginaka
Ingobamadolo yaze yangihlupha

Ngoba njal'ebusuku uma ngilele
Ngiphuph'iqaqa iza kithi asambeni
Ilanga selishonile

Ngoba njal'ebusuku uma ngilele
Ngiphuph'iqaqa iza kithi asambeni
Ilanga selishonile

Yini mathambo
Waze wangihlupha
Yini mathambo
Waze wanginaka

Yini mathambo
Waze wangihlupha
Yini mathambo
Waze wanginaka

Yini mathambo
Waze wangihlupha

Wo ngaze ngavelelwa inqaba
Wo nal'ibhadi lami
Wo ngaze ngavelelwa inqaba
Wo nal'ibhadi lami

Oth'ingobamadolo yaze yangihlupha
Ingobamadolo yaze yanginaka

Yini mathambo
Waze wangihlupha
Yini mathambo
Waze wanginaka

Yini mathambo
Waze wangihlupha