Notice: file_put_contents(): Write of 632 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Madlala Brothers - Sizani | Скачать MP3 бесплатно
Sizani

Sizani

Madlala Brothers

Альбом: Imali Yami
Длительность: 3:28
Год: 2012
Скачать MP3

Текст песни

Ungamethemb'umuntu
Mayesejikile kodw'angake uz'umbone
Ungamethemb'umuntu
Mayesejikile kodw'angake uz'umbone

Ngithi themb'umuntu
Mayesejikile kodw'angake uz'umbone

USizani wayengenabani
Wathathwa umuntu wath'uyamthanda bagoduke
Wafike wambulala

USizani wayengenabani
Wathathwa umuntu wath'uyamthanda bagoduke
Wafike wambulala

Mina ngeke ngikhohlwe
Ilent'eyenzekayo
Futhi ngeke ngikhohlwe
Ilent'eyenzekayo

We Sizani wawuthuleleni
We Sizani kodwa wawuyaphi
Nomunt'uqala ukumbona

We Sizani wawuthuleleni
We Sizani kodwa wawuyaphi
Nomunt'uqala ukumbona

Ngithi ngeke ngikhohlwe
Ilent'eyenzekayo
Mina ngeke ngikhohlwe
Ilent'eyenzekayo

Yonk'imisebenzi kaSathane
Angek'iphumelele
Yonke lemisebenzi kaSathane
Angek'iphumelele

Leson'esingaka
Usenzelani usaphila kulelizwe
Leson'esingaka
Usenzelani usaphila kulelizwe

Leson'esingaka
Usenzelani usaphila kulelizwe