Ngabalekelwa Umkami
Madlala Brothers
3:49Waze wangiphoxa Thandiwe Sekwenzenjani ke mntwakwethu Mase wenze njena Waze wangiphoxa Thandiwe Ngane yabantu waze wangiyala Ngikwethemba kanje Waze wangiphoxa Thandiwe Ngane yabantu waze wangiyala Ngikwethemba kanje Ngizobuyel'eceleni masekunjena Ngob'angikuthandi ukukhuluma Ngithi ngizobuyel'eceleni masekunjena Ngob'angiwathandi amacala Ngizobuyel'eceleni masekunjena Ngob'angikuthandi ukukhuluma Ngizobuyel'eceleni masekunjena Ngithi ngizobuyel'eceleni Mntakwethu ngithi ave kukuhle Um'usangithanda ungazam'ukungibanqa nabany'abantu Sibe baningi Ave kukuhle Um'usangithanda ungazam'ukungibanqa nabany'abantu Sibe baningi Ave kukuhle Um'usangithanda ungazam'ukungibanqa nabany'abantu Sibe baningi Waze wangiphoxa Thandiwe Ngane yabantu waze wangiyala Ngikwethemba kanje Waze wangiphoxa Thandiwe Ngane yabantu waze wangiyala Ngikwethemba kanje Ngizobuyel'eceleni masekunjena Ngob'angikuthandi ukukhuluma