Notice: file_put_contents(): Write of 623 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Mbuzeni - Ngisenkingeni | Скачать MP3 бесплатно
Ngisenkingeni

Ngisenkingeni

Mbuzeni

Альбом: Lengoma
Длительность: 4:14
Год: 2016
Скачать MP3

Текст песни

Mina ngisenkingeni mngani wami bo
Mina ngashiwa zihlobo zami
Zahamba zonk'ekhaya
Mina ngashiwa zihlobo zami
Zahamba zonk'ekhaya

Bayanginuka bathi ngiyathakatha
Angeke ngalila
Sithemba kuzolunga mngani wami

Ho yah iyeh (Ho yah iyeh)
Ho yah iyeh (Ho yah iyeh)

Sengicabanga nokubalek'ekhaya
Ho yah iyeh
Sengicabanga nokubalek'ekhaya
Sengicabanga nokubalek'ekhaya

Sengicabanga nokubalek'ekhaya
Sengicabanga nokubalek'ekhaya
Sengicabanga nokubalek'ekhaya
Sengicabanga nokubalek'ekhaya

Wangiyala nyanga yami
Wangiyala nyanga yami
Wangiyala nyanga yami
Wangiyala nyanga yami

Ngizokhala kubani mina makunje
Ngizokhala kubani mina makunjena ngizokhala kubani
Mina ngizokhala kubani mina makunje
Ngizokhala kubani mina makunjena ngizokhala kubani

Sebengishiyile bonk'abantu
Ngizokhala kubani mina makunjena ngizokhala kubani
Sebephelile bonk'abangani bami bo

Mina ngisenkingeni mngani wami
Mina ngisenkingeni mngani wami bo
Bayanginuka bathi ngiyathakatha
Bayanginuka bathi ngiyathakatha
Kodwa ngeke ngalila sithemba kuzolunga bo

Ho yah iyeh (Ho yah iyeh)
Ho yah iyeh (Ho yah iyeh)
Ho yah iyeh (Ho yah iyeh)

Sengicabanga nokubalek'ekhaya
Sengicabanga nokubalek'ekhaya
Ngithi sengicabanga nokubalek'ekhaya
Sengicabanga nokubalek'ekhaya

Wangiyala nyanga yami
Sengicabanga nokubalek'ekhaya
Wangiyala nyanga yami
Wangiyala nyanga yami
Wangiyala nyanga yami
Wangiyala nyanga yami

Ngizokhala kubani mina makunje
Ngizokhala kubani mina makunjena ngizokhala kubani
Ngithi ngizokhala kubani mina makunje
Ngizokhala kubani mina makunjena ngizokhala kubani
Ngizokhala kubani mina makunje
Ngizokhala kubani mina makunjena ngizokhala kubani
Wangiyala nyanga yami
Ngithi wangiyala nyanga yami