Notice: file_put_contents(): Write of 641 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Mfaz' Omnyama - Goduka Ndoda | Скачать MP3 бесплатно
Goduka Ndoda

Goduka Ndoda

Mfaz' Omnyama

Альбом: Ngihlanze Ngedela
Длительность: 4:42
Год: 2001
Скачать MP3

Текст песни

Njengoba wawudlala ngabantu
Ubathembisa into engekho
Wawuthi kuyoba njani wendoda
Wawungazi ukuthi isondo liyajika

Njengoba wawudlala ngabantu (Ho eyi eyi eyi)
Wawubathembisa into engekho (hololo eyi eyi eye)
Wawuthi kuyoba njani wendoda (Ho eyi eyi eyi)
Wawungazi  isondo liyajika (Eyi eyi eyi eyi)

Wawuyisigwili wena (Ho eyi eyi eyi)
Uthembisa into engekho (hololo eyi eyi eye)
Wawuthi kuyoba njani wendoda (Ho eyi eyi eyi)
Wawungazi  isondo liyajika (Eyi eyi eyi eyi)

Njengoba wawudlala ngabantu (Ho eyi eyi eyi)
Ubashonisa lenale nale nale nale nale (hololo eyi eyi eye)
(Ho eyi eyi eyi)
Wawungazi  isondo liyajika (Eyi eyi eyi eyi)

Bonke abantu owawubahlukumeza (Ho eyi eyi eyi)
Bonke baphumelele bheka (hololo eyi eyi eye)
Ngenxa yokubekezela (Ho eyi eyi eyi)
Awubheke wena usunjani (Eyi eyi eyi eyi)

Bonke  abantu owadlala ngabo (Ho eyi eyi eyi)
Wawubahlukumeza abantu (hololo eyi eyi eye)
(Ho eyi eyi eyi)
Wawungazi isondo lizojika (Eyi eyi eyi eyi)

He hamba kini (Ngithi thatha umthwalo ubuyele kwelakini wendoda)
Heyi hamba kini ma usunje (Lalela la)
Hey wena (Ngithi goduka ndoda)

Hamba kini hamba kini wendoda (Ngithi thatha umthwalo ubuyele kwelakini wendoda)
Hamba uyofela le (Lalela la)
Hey (Ngithi goduka ndoda)

Bonke abantu owawubahlukumeza abakuthandi (Ngithi thatha umthwalo ubuyele kwelakini wendoda)
Usulahlwe nabanye abantu owawubathembile (Lalela la)
(Ngithi goduka ndoda)

Lalela la (Ho eyi eyi eyi)
Wawudlala ngathi (Hololo eyi eyi eyi)
Wasenza into oyifunayo emculweni (Ho eyi eyi eyi)
Namhlanje kunjani isondo lizojika (Eyi eyi eyi eyi)

Sonke sasikuthemba wena (Ho eyi eyi eyi)
Sithi uyikho konke kithi wendoda (Hololo eyi eyi eyi)
Kunjani ma usunje (Ho eyi eyi eyi)
Isondo lizojika (Eyi eyi eyi eyi)

Ingane zabantu owawuzimisa ulayini  (Ho eyi eyi eyi)
Udlala ngazo wena (Hololo eyi eyi eyi)
Wawungazi ukuthi kuyoba (Ho eyi eyi eyi)
Isondo lizojika (Eyi eyi eyi eyi)

Heyi ngithe hamba kini wendoda (Ngithi thatha umthwalo ubuyele kwelakini wendoda)
Hamba uyofela le ngakini (Lalela la)
Hey ngithe hamba awuzwa (Ngithi goduka ndoda)

Hoho ho bayebabo (Ngithi thatha umthwalo ubuyele kwelakini wendoda)
Heyi hamba kini kusho mina kusho mina (Lalela la)
Lalela (Ngithi goduka ndoda)

Akasekho umuntu ozokunaka wendoda
Nomuntu okade uhlela naye akasakuthandi
Hamba ngithe hamba
Awuhambe uyogulela  ekhaya
Umfazi wakho ukulindile lo owawumhlukumeza hamba ndoda

(Ho eyi eyi eyi)
(Hololo eyi eyi eyi)
(Ho eyi eyi eyi)
(Eyi eyi eyi eyi)

(Ho eyi eyi eyi)
(Hololo eyi eyi eyi)
(Ho eyi eyi eyi)
(Eyi eyi eyi eyi)

(Ho eyi eyi eyi)
(Hololo eyi eyi eyi)
(Ho eyi eyi eyi)
(Eyi eyi eyi eyi)

(Ho eyi eyi eyi)
(Hololo eyi eyi eyi)
(Ho eyi eyi eyi)
(Eyi eyi eyi eyi)

(Ngithi thatha umthwalo ubuyele kwelakini wendoda)
Hamba hamba hamba  (Lalela la)
Hamba (Ngithi goduka ndoda)

Hamba ngithi hamba (Ngithi thatha umthwalo ubuyele kwelakini wendoda)
Mthatheni bangane bakhe enanisihlupha naye (Lalela la)
Hambani nonke (Ngithi goduka ndoda)

Hamba ndoda buyela le kwelakini hey ukhathazile
Wena ukhathazile ukhathazile hehe kusho mina
Ngithi hamba
Hamba hamba hamba ndoda

Lengani owazishiya ekhaya uthi zihleli nobani (Ngithi thatha umthwalo ubuyele kwelakini wendoda)
Lomfazi wakho owamushiya ekhaya (Lalela la)
Heyi ngithe hamba (Ngithi goduka ndoda)

Awuthi ngimfake kuFotuner ngomhambise (Ngithi thatha umthwalo ubuyele kwelakini wendoda)
Mlayisheni ngemuva vele wayehlupha (Lalela la)
Hamba ndoda (Ngithi goduka ndoda)

Wena uzohamba wena