Onke Lamadoda
Mfaz' Omnyama
4:55Kodwa njalo nje mina Ngihlala ngicabanga Kusuke kuthi angikhale wemadoda Kusuke kuthi angikhale wemadoda Kusuke kuthi angikhale mangicabanga abazali bami Mangicabanga umuzi kababa Ngiyacela uma ngikonile sthandwa sami Woza shlale phansi kesbonisane (Kungabe kuyicala umangabe ngidlala unembeza) Kodwa angeke kodwa angeke (Kungabe kuyicala umangabe ngidlala unembeza) Kodwa angeke kodwa angeke (Kungabe kuyicala umangabe ngidlala unembeza) Kodwa angeke sisho njalo thina (Abantwabam babulawa yindlala) (Nezingane zami seyisele zodwa lekhaya) (Abantwabam babulawa yindlala) (Nezingane zami seyisele zodwa lekhaya) Kodwa njalo nje mina Ngihlala ngicabanga Sekusuke kuthi angikhale wemadoda Kusuke kuthi angikhale mangicabanga abazali bami Mangicabanga umuzi kababa (Kungabe kuyicala umangabe ngidlala unembeza) Kodwa angeke kodwa angeke (Kungabe kuyicala umangabe ngidlala unembeza) Kodwa angeke kodwa angeke (Kungabe kuyicala umangabe ngidlala unembeza)