Notice: file_put_contents(): Write of 633 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Mfaz' Omnyama - Ngumuntu | Скачать MP3 бесплатно
Ngumuntu

Ngumuntu

Mfaz' Omnyama

Альбом: Sizoshay' Ingoma
Длительность: 3:46
Год: 1993
Скачать MP3

Текст песни

We madoda nangu umuntu ayangisukela webakithi
We madoda nangu umuntu ayangisukela webakithi
Ungitshel' ukuthi mina ziyawushaya emakhand
Ungitshel' ukuthi yena ziyawushaya emakhand

Mina angazi lutho ngalezo ndaba angitshela zona
Mina angazi lutho ngalezo ndaba angitshela zona

(Uhola malini uhola malini)
(Uhola malini wena ndoda ngalomkhangela wakho owuthanda nsuku zonke)
(Uhola malini wena ndoda ngalomkhangela wakho owuthanda nsuku zonke)
(Uhola malini wena ndoda ngalomkhangela wakho owuthanda nsuku zonke)

Hawu hawu maye babo maye babo
Bayangazi mina ndaba zonke baba
Bayangazi mina ndaba zonke baba
Ngisho eShongwe niyangazi nina
Ngisho eNkandla niyangazi nina

KwaNongoma mina niyangazi nina
Ngisho ekhukhu niyangazi nina
Ngisho eThekwini baba bayangazi mina
Ngisho eGoli bayangazi mina

Hawu hawu hawu hawu
Hololo hololo hololo hololo
Hawu hawu hawu hawu
Hololo hololo hololo

(Uhola malini uhola malini)
(Uhola malini wena ndoda ngalomkhangela wakho owuthanda nsuku zonke)