Notice: file_put_contents(): Write of 637 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Mfaz' Omnyama - Ukhalelani | Скачать MP3 бесплатно
Ukhalelani

Ukhalelani

Mfaz' Omnyama

Альбом: Ngiyashisa Bhe!!
Длительность: 4:54
Год: 1998
Скачать MP3

Текст песни

Awuthule awuthule
Awuthule ngano yomuntu mina angazi ukhalelani
Thula mntanomuntu
Thula ngani yomuntu
Thula wemntakwethu mina angazi ukhalelani
Awubheke lokhu isikhwele siyakubulala

Mntanomuntu sul' izinyembezi (Awuthule ngani yomuntu angikwazi ukhalelani)
Thula mntanomuntu mina angikwazi ukhalelani (Awuthule mntanomuntu angikwazi ukhalelani)
Thula ngani yomuntu mina angikwazi ukhalelani (Awuthule mntanomuntu angikwazi ukhalelani)

Wena ukhaliswa yisikhwele (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)
Wena ukhaliswa yisikhwele (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)
Thula mntanomuntu mina angikwazi ukhalelani (Awuthule mntanomuntu angikwazi ukhalelani)
Awubheke manje

Awuthule awuthule
Awuthule ngani yomuntu mina angikwazi ukhalelani
Sul' izinyembezi mina angikwazi ukhalelani

Wemntanomuntu madoda angikwazi ukhlelani (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)
Wena ukhaliswa yisikhwele awunalutho (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)
Wena ukhaliswa yisikhwele ngani yomuntu (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)

Thula ngani yabantu thula thuleleni (Awuthule ngani yomuntu angikwazi ukhalelani)
Thula ngani yomuntu thula Nobuhle (Awuthule ngani yomuntu angikwazi ukhalelani)
Thula ngani yomuntu angikwazi ukhalelani (Awuthule ngani yomuntu angikwazi ukhalelani)
Hehehe ubuthi ugqish' iyikhwama ebhuthini
Awubheke kungena wena manje

Hosh
Awuthule awuthule
Awuthule ngani yomuntu mina angazi ukhalelani
Thula ngani yabantu mina angazi ukhalelani (Awuthule mntanomuntu angikwazi ukhalelani)
Sul' izinyembezi angikwazi ukhalelani (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)
Wena ukhaliswa yisikhwele siyakuhlupha (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)
Wena ukhaliswa yisikhwele ha siyakuhlupha ngani yabantu (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)

Uyayithanda indoda he he (Awuthule mntanomuntu angikwazi ukhalelani)
Uyayithanda indoda awufuni ukusuka eduze kwendoda he (Awuthule ngani yomuntu angikwazi ukhalelani)
Wena ukhaliswa yisikhwele ngani yabantu uhlala ugade indoda (Awuthule ngani yomuntu angikwazi ukhalelani)
Yindoda enjani enjena ehlulwa ngumfazi (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)
Thula ngani yabantu mina angikwazi ukhalelani (Awusule izinyembezi angikwazi ukhalelani)

Uzwa engathi uyabheda nje awubhedi
Yikuthi ngiyakududula phela manje
Sengibuyile ngithe qatha bo (Awuthule ngani yomuntu angikwazi ukhalelani)
Awuthule awuthule (Awuthule ngani yomuntu angikwazi ukhalelani)
Awu ngani yomuntu mina angikwazi ukhalelani (Awuthule ngani yomuntu angikwazi ukhalelani)