Onke Lamadoda
Mfaz' Omnyama
4:55Awuyibambe mtshayeli musukuyithathi ngamandla Ngiding' impilo yami nawe Awuyibambe mtshayeli musukuyithathi ngamandla Ngiding' impilo yami nawe Seyiminingi abazali bami ngabagcina howuye Seyiminingi abazali bami ngabagcina howuye Awumina ngeke ngikhohlwe Mina ngeke ngikhohlwe ngabazali bami Awumina ngeke ngikhohlwe Ngeke ngikhohlwe ngabazali bami (Wayengondla umama wami wangkhulisa kanzima) (Kwadela abafana bonke) Ngisho umama (Wayengondla umama wami wangkhulisa kanzima) (Kwadela abafana bonke) Ngisho umama (Wayengondla umama wami wangkhulisa kanzima) (Kwadela abafana bonke) Ngisho umama ye (Kubuhlungu kubuhlungu kumina yeyeye) Yeye (Kubuhlungu kubuhlungu kimina yeyeye) Yeye (Ngenxayotshwala mshayeli) Ingane zami (Sengaze ngishiye abazali bami nengane zami) Abantwa bami (Ngenxayotshwala mshayeli) Ingane zami (Sengaze ngishiye abazali bami nengane zami) Ingane zami (Ngenxayotshwala mshayeli) (Sengaze ngishiye abazali bami nengane zami) Nabantwa bami (Ngenxayotshwala mshayeli) Ingane zami (Sengaze ngishiye abazali bami nengane zami) Nabantwa bami