Onke Lamadoda
Mfaz' Omnyama
4:55Ngizalwa yinyanga nami ngiyinyanga Ugogo yisangoma nomama Ngizalwa yinyanga nami ngiyinyanga Ugogo yisangoma nomama Noma ngiyokwelapha mina Ngicela kusomandla Jesu unamandla Mina noma ngiyokwelapha mina Ngicela kusomandla Jesu unamandla Kodwa ngempela yena unamandla Kodwa ngempela yena unamandla Kodwa ngempela yena unamandla Ujesu unamandla Jesu unamandla Jesu unamandla (Ho kumnandi enhlizweni yami) Sekumnandi njalo baba (Ho kumnandi enhlizweni yami) Sekumnandi (Ho kumnandi enhlizweni yami) Sekumnandi (Thina siphiwe italent lokusindisa abantu) Sphilisa abantu (Ho kumnandi enhlizweni yami) Enhlizweni yami Ngizalwa yinyanga nami ngiyinyanga Ugogo yisangoma nomama Ngizalwa yinyanga nami ngiyinyanga Ugogo yisangoma nomama Noma ngiyokwelapha mina Sengicela kusomandla Jesu unamandla ha (Sisindisa abantu bakho) (Sicela usiphamandla baba Somandla) (Sisindisa abantu bakho) (Sicela usiphamandla baba Somandla) (Sisindisa abantu bakho) (Sicela usiphamandla baba Somandla) (Baba Somandla) Baba Somandla (Baba Somandla) Baba Somandla (Baba Somandla) Baba Somandla (Ho kumnandi enhlizweni yami) Sekumnandi njalo baba (Ho kumnandi enhlizweni yami) Sekumnandi njalo baba (Ho kumnandi enhlizweni yami) Enhlizweni yami (Thina siphiwe italent lokusindisa abantu) (Ho kumnandi enhlizweni yami) Sekumnandi