Busisa (Intro) (Feat. Nkosazana Daughter & Zaba)
Sir Trill
3:32Ngob'izinto ziman'ukwenzekan Baningi bafikile ngibasizile Masekuyi skhathi sam ngisala ngedwa Ngisala ngosizi yeh Sengakheth' uk'thula ng'vumele isimo sinjalo Ngoba yimi ngedw' oyoyisiza la Sengakheth' uk'thula ng'vumele isimo sinjalo Ngoba yimi ngedw' oyoyisiza la Oh xola nhliziyo yam Vumel' izinto zenzeke Oh xola moya wam Vumel' isimo ngoba sinjalo Awu ngoba kulomhlaba lo, umuntu uyok'jikel' emini we Ngoba kulomhlaba lo umuntu ak'siye owakini woh Ngoba kulomhlaba lo, umuntu uyok'jikel' emini we Ngoba kulomhlaba lo, umuntu uyok'jikel' emini we Khala zome mtakababa Lomhlab' esiphila kuwo uyahlaba Thandaza ukholwe themba ulalele Lomhlab' esiphila kuwo wonakele Thandaza ukholwe themba ulalele Lomhlab' esiphila kuwo wonakele Lomhlab' esiphila kuwo wonakele Lomhlab' esiphila kuwo wonakele Nam baningi abangjikele mina Ngadlule ntweni eyningi Kodwa lento isegazini Bayazi uTrill ighost umshini Baningi abafun' usizo kodw' uban ongisizayo Ngisemgodini ebumnyameni ubanongkhiphayo Inhliziyo iyoxola Inqondo ayikhohlwa Amanxeba ayophola Inhliziyo iyoxola Inqondo ayikhohlwa Amanxeba ayophola Umenziwa akakhohlwa Umenzi uyakhohlwa Kulungile sopopa Amanxeba azophola Umenziwa akakhohlwa Umenzi yena uyakhohlwa Kulungile sopopa Amanxeba azophola Oh xola nhliziyo yam Vumel' izinto zenzeke Oh xola moya wam Vumel' isimo ngoba sinjalo Awu ngoba kulomhlaba lo, umuntu uyok'jikel' emini we Ngoba kulomhlaba lo umuntu ak'siye owakini woh Ngoba kulomhlaba lo, umuntu uyok'jikel' emini we Ngoba kulomhlaba lo, umuntu uyok'jikel' emini we