Sukuma Mkami Bakubone
Mzukulu
4:27Iyeeh ehh wangilahlelani Buyisa uthando lwami bese uyahamba Wangiqhatha namakhaza weh soka lami Noma lwaluvele lungekho wawudlala ngami Kanti kulula kanje ukuhlanya ngengqondo Ngakuthanda ngothando lwakudala kanti udlala ngami Iyeeeh ehhe wangilahlelani Sekukaningi ungiphula inhliziyo ngithule Wangiqhatha namakhaza weh soka lami Njalo makuyimina onephutha angixolelwa Kanti kulula kanje ukuhlanya ngengqondo Thonono thonono thonono kanti ngenzeni Iyee ehhe wangilahlelani Buyisa uthando lwami bese uyahamba Wangiqhatha namakhaza weh soka lami Noma lwaluvele lungekho wawudlala ngami Kanti kulula kanje ukuhlanya ngengqondo Ngakuthanda ngothando lwakudala kanti udlala ngami Inombolo yakho ilokhu yahlala efonini yami Angikaze ngilahle Ngiye ngithule ngithule ngibuke Ngicabange ukukfonela Inombolo yakho ilokhu yahlala efonini yami Angikaze ngilahle Ngiye ngithule ngithule ngibuke Ngicabange ukukfonela Ngehlulekile Ngangimcenga ngimcenga Ngithi uzobuya ngithi uzongizwa Akazange Ngehlulekile Ngangimcenga ngimcenga Ngithi uzobuya ngithi uzongizwa Akazange Ngehlulekile Ngangimcenga ngimcenga Ngithi uzobuya ngithi uzongizwa Akazange Sekukaningi ungephula inhliziyo ngithule Njalo makuyimi onephutha mina angixolelwa Thonono thonono thonono kanti ngenzeni Iyeee ehhe wangilahlelani Sekukaningi ungephula inhliziyo Wangiqhatha namakhaza weh sokalami Njalo makuyimi onephutha mina angixolelwa Kanti kulula kanje ukuhlanya ngengqondo Thonono thonono thonono kanti ngenzeni Iyeee ehhe wangilahlelani