Umuzi Wakho
Oguluva
3:59Thula Thul'ukhulelani? Thula Ngob'uzenzile mnumzane Thula Thul'ukhulelani? Thula Ngob'uzenzile mnumzane Awubheke nans'idivosi phambi kwakho Ngoba wen'udlal'abantwan'abancane Bakushonisa lena nalena Awubheke nans'idivosi phambi kwakho Ngoba wen'udlal'iyingan'eyincane Zikushonisa lena nalena Awubheke nans'idivosi phambi kwakho Ngoba wen'udlal'iyingan'eyincane Ziyakuphendula Ngithi thula Awu thul'ukhulelani? Thula bo Thul'ukhulelani? Thula Ngob'uzenzile mnumzane Thula bo Awu thul'ukhulelani? Thula bo Ngob'uzenzile mnumzane Awubheke nans'idivosi phambi kwakho Ngoba wen'udlal'iyingan'eyincane Zikushonisa lena nalena Awubheke lamacala phambi kwakho Ngoba wen'udlal'iyingan'eyincane Zikushonisa lena nalena Awubheke lamacala phambi kwakho Ngoba wen'udlal'iyingan'eyincane Ziyakuphendula Thula Awu thul'ukhulelani? Thula bo