Mangisaphila
Senzo Khumalo
4:14Babeqinisile mabethi Kubamba ezingelayo Futhu babeqinisile mabethi Ndlel'eyempumelelweni idlul'ebunzimeni Lapho kumele sibekezele Sibiz'ophezulu Ngoba kubamnyama kakhulu mase (Kuzosa) Kusuka sekuzosa (Kuzosa) Konke (Konke) Sekuhamba kahle (Sekuhamba kahle) Konke sesinqobile (Konke) Konke sesinqobile (Sesikunqobile) Babeqinisile mabethi Kubamnyama kakhulu Suke sekuzosa (Kuzosa) (Kuzosa) Konke (Konke) Sekuhamba kahle (Sekuhamba kahle) Sekuyakhanya, sengiyabona phambili (Konke) Sesinqobile (Sesikunqobile) Babeqinisile ngempela mabethi Kubamnyama kakhulu Mase kuzosa (Kuzosa) Ngoba kusuke sekuzolunga (Kuzosa) Sekuyisikhathi Sok'jabula sibong'ophezulu Siphakamis'izandla zethu Simbonge ngakho konk'asenzele kona Sekuze kwalunga Konke sek'hamba kahle Sesiyay'ibona indlela Sesiyay'ibona impumelelo Siyabonga Simakade Siyabonga Ngonyama Ngthi konke (Konke) Sekuhamba kahle (Sekuhamba kahle) Simnqobile uSathane Simnqobile namadimone (Konke) Siyabonga Baba (Sesikunqobile) Ngoba ngeziny'ikhathi kubanzima kakhulu Kanti yilapho kusuka kufuneka sibekezele Ngoba kusukese kuzosa (Kuzosa) Suke sekuzolunga (Kuzosa) Hey ngithi konke (Konke) Sekuhamba kahle (Sekuhamba kahle) Sesiyabona lasiya khona Sesiyay'ibona indlela (Konke) Hei (Sesikunqobile) Wena Baba wasikhiph'engonyameni zifun'ukusidla Ngoba ubuwazi ukuthi ngeliny'ilanga Uyoze ukhanyise njengamanje (Kuzosa) (Kuzosa)