Dali
Sjava
4:23Kusangenzeka noma yin Ngob'inkos' isasigcinile Kulo mhlaba esphila kuwo, izinto zimane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Kulo mhlaba esphila kuwo, man' ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Thula Thula baba (Thula baba) Amandl' endoda awapheli Thula Thula baba Amandl' endoda awapheli Ngiphakamisel' amehl' ami Entabeni Usizo lwami, usizo lwami Luvelaphi na? Luvela kuwe Eloyi Eloyi Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na Send'qal' ukubona engathi Le mpilo engiphilayo Ak'yona eyami Hlampe khona enye ong'bekele yona engcono Kulo mhlaba esphila kuwo izinto zimane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Kulo mhlaba esphila kuwo mane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Thula Thula baba Amandl endod awapheli Thula Thula baba Amandl endod awapheli Senethembe usazobuya kimi Senethembe usazobuya kimi Usabusisa abanye Ngeke angnike umthwalo ongaphez kwamandl ami Senethembe ukuthi usazobuya kimi Senethembe ukuthi usazobuya kimi Usabusisa abanye Ngeke angnike umthwalo ongaphez kwamandl ami Eloyi Eloyi Eloyi Manginga hamb' emhlabeni Njengoba nganalutho nje Ngiyshiyelani iyngane zami Ziyodlani wo Kulo mhlaba esphila kuwo, izinto zimane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Kulo mhlaba esphila kuwo mmane ukwenzeka Amanye amadoda ayephumelela Amanye amadoda awapheleli Thula Thula baba Amandl endod awapheli