Notice: file_put_contents(): Write of 630 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Skweletu - Ikhaya Lami | Скачать MP3 бесплатно
Ikhaya Lami

Ikhaya Lami

Skweletu

Альбом: Imbecile Berth
Длительность: 4:21
Год: 2022
Скачать MP3

Текст песни

Thixo somandla ngikhanyisele
Ngisemnyameni ngithukile
Baba ngicela ungiphe amandla
Baba ngiyakudinga ukuphila kahle
Thixo somandla ngikhanyisele
Ngisemnyameni ngithukile
Baba ngicela ungiphe amandla
Baba ngiyakudinga ukuphila kahle
Thixo somandla ngikhanyisele
Ngisemnyameni ngithukile
Baba ngicela ungiphe amandla
Baba ngiyakudinga ukuphila kahle

Ungangihleki mkhaya wami uma ungibona ngigqoke kahle edolobheni
Ungeyisi ikhaya lami
Ubaba wafa ezabalaza
Ungangihleki mkhaya wami uma ungibona ngigqoke kahle edolobheni
Ungeyisi ikhaya lami
Ubaba wafa ezabalaza

Kumele wazi ukuthi ngeke sifane
Ekhaya lami ngangikho besuka labesuka khona beyohlala ekhaya
Nami ngiyakudinga ukuphila
Ikhaya lami leli indawo yami leh
Noma ngabe izindlu zodaka noma ngabe kwenzenjani ngiyofela khona ekhaya
Abanye baphila ngoba bathola amafa
Bona ungababona begqoke kahle bephuma endaweni ekahle

Noma ngabe kuthiwa kubi kanjani
(Ikhaya lami leli ikhaya lami leli kulaph'engphuma khona)
Sika silale sidle'amanzi (Ngeliny'ilanga ngizoy'jik'izinto)
Noma ngabe kuthiwa kubi kangakanani
(Ikhaya lami leli ikhaya lami leli kulaph'engphuma khona)
Kuthiwa silale sidlu'daka (Ngeliny'ilanga ngizoy'jik'izinto)
Noma ngabe kuthiwa kubi kangakanani
(Ikhaya lami leli ikhaya lami leli kulaph'engphuma khona)
Kthiwa silale sidla'amanzi (Ngeliny'ilanga ngizoy'jik'izinto)

(Ikhaya lami leli ikhaya lami leli kulaph'engphuma khona)
(Ngeliny'ilanga ngizoy'jik'izinto)
(Ikhaya lami leli ikhaya lami leli kulaph'engphuma khona)
(Ngeliny'ilanga ngizoy'jik'izinto)