Iphutha
Soul Brothers
4:14Senikhulule senibadala manje Lendaba yakho yokushay'umfazi ayizange yalunga Awu kodwa niyakhuzwa Senikhulule senibadala manje Lendaba yenu yokulwa njalo ayizange yalunga Bakhulu anizwa Ngicela nilalele Ngicela nizihloniphe Bondaba bazojabula Ngicela nilalele Ngicela nizihloniphe Senibadala manje nisalwelani Kodwa niyangicasula Senikhulule senibadala manje Lendaba yakho yokushay'umfazi ayizange yalunga Awu ndoda awuzwa Senikhulule senibadala manje Lendaba yenu yokulwa njalo ayizange yalunga Kodwa nina anizwa Ngicela nilalele Futhi ngicela nizihloniphe Ondaba bazojabula Ngicela nilalele Futhi ngicela nizihloniphe Senibadala manje nisalwelani Kodwa niyangicasula Ngicela nilalele