Iphutha
Soul Brothers
4:14Bekezela baba, bekezela mama Kuzolunga noma kunzima Bekezela baba, bekezela mama Kuzolunga noma kunzima Thula mama, thula baba Kuzolunga noma kulukhuni Umhlaba unjena Umhlaba uyahlaba mama Umhlaba unjena Umhlaba uyahlaba baba Thula mama, thula baba Kuzolunga noma kulukhuni Umhlaba unjena Umhlaba uyahlaba mama Umhlaba unjena Umhlaba uyahlaba baba Thula mama, thula baba Bekezela noma kulukhuni Umshad'unjal'unezinkinga Umshad'unjal'unezifungo Futh'umshad'unjal'unamacala Umshad'unjal'unezinkinga Umshad'unjal'unezifungo Futh'umshad'unjalo unamacala Bekezela baba, bekezela mama Kuzolunga noma kunzima