Uvalo
Soul Brothers
3:54Ngoba bengith'uyazihlonipha nje Weh mntanami sekwenze njani manje Ngoba bengith'uyazihlonipha nje Weh ngane yami sekwenze njani manje Lomunt'uzovuma nom'uzophika yini na Njengob'usuyithwele manje Lomunt'uzovuma nom'uzophika yini na Njengob'usunjena manje Ukukuxosha kwami angeke Kungisize ngalutho nje Ukukuxosha kwami angeke Kungisize ngalutho nje Ngempela nje ngifun'inkomo yam Ngempela nje ngifun'inhlawulo yam Ngempela nje ngifun'inkomo yam Ngempela nje ngifun'inhlawulo yam Ngoba bengith'uyazihlonipha nje Weh mntanami sekwenze njani manje Ngoba bengith'uyazihlonipha nje Weh ngane yami sekwenze njani manje Lomunt'uzovuma nom'uzophika yini na Njengob'usuyithwele manje Lomunt'uzovuma nom'uzophika yini na Njengob'usunjena manje Ukukuxosha kwami angeke Kungisize ngalutho nje Ukukuxosha kwami angeke Kungisize ngalutho nje Ngempela nje ngifun'inkomo yam Ngempela nje ngifun'inhlawulo yam Ngempela nje ngifun'inkomo yam Ngempela nje ngifun'inhlawulo yam Ukukuxosha kwami angeke Kungisize ngalutho nje Ukukuxosha kwami