Asizwane
Soul Brothers
4:13Yebo ngikonile Kodwa ngiyakuthanda Ngicel'ungixolele Yebo ngikonile Kodwa ngiyakuthanda Ngicel'ungixolele Yebo ngikonile Kodwa ngiyakuthanda Ngicel'ungixolele Amaphutha ngiyawazi kuwe Icala lam ngiyalazi kuwe Izenzo zam ngiyazazi kuwe Kodwa ngicel'ungixolele Amaphutha ngiyawazi kuwe Icala lam ngiyalazi kuwe Izenzo zam ngiyazazi kuwe Kodwa ngicel'ungixolele Kodw'abantu abazi bayathand'ukukhulumela futhi Ukukhulum'izindaba Ukuxabanis'abantu Kodwa ngicel'ungixolele Kodw'abantu abazi bayathand'ukukhulumela futhi Ukukhulum'izindaba Ukuxabanis'abantu Kodwa ngicel'ungixolele Yebo ngikonile Kodwa ngiyakuthanda Ngicel'ungixolele Yebo ngikonile Kodwa ngiyakuthanda Ngicel'ungixolele Yebo ngikonile Kodwa ngiyakuthanda Ngicel'ungixolele