Notice: file_put_contents(): Write of 648 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Steve Kekana - Inhliziyo Yakho | Скачать MP3 бесплатно
Inhliziyo Yakho

Inhliziyo Yakho

Steve Kekana

Альбом: Greatest Hits Vol 1
Длительность: 3:38
Год: 2009
Скачать MP3

Текст песни

Inhliziyo yakho iyakuhlupha
Nomhawu lona sengathi sewaba isifo kuwena
Inhliziyo yakho iyakuhlupha
Nomhawu lona sengathi sewaba isifo kuwena

Um'uvakashile kuMamkhize
Ubuy'ukhala ngetafula izihlalo nosofa bakwakhe
Um'uvakashile kuMadlamini
Ubuy'ukhala ngekhishi nempahle zakhe zokugqoka

Um'uvakashile kuMamkhize
Ubuy'ukhala ngetafula izihlalo nosofa bakwakhe
Um'uvakashile kuMadlamini
Ubuy'ukhala ngekhishi nempahle zakhe zokugqoka

Sizophelelaphi na ngokuthenga njalo
Futhi nemali sizobe siyithathaphi na
Sizophelelaphi na ngokuthenga njalo
Futhi nemali sizobe siyithathaphi na
Sizophelelaphi na ngokuthenga njalo
Futhi nemali sizobe siyithathaphi na

Inhliziyo yakho iyakuhlupha
Nomhawu lona sengathi sewaba isifo kuwena
Inhliziyo yakho iyakuhlupha
Nomhawu lona sengathi sewaba isifo kuwena

Um'uvakashile kuMamkhize
Ubuy'ukhala nge tafula izihlalo nosofa bakwakhe
Um'uvakashile kuMadlamini
Ubuy'ukhala ngekhishi nempahle zakhe zokugqoka

Sizophelelaphi na ngokuthenga njalo
Futhi nemali sizobe siyithathaphi na
Sizophelelaphi na ngokuthenga njalo