Notice: file_put_contents(): Write of 639 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Udumakahle - Amasim' Akathi | Скачать MP3 бесплатно
Amasim' Akathi

Amasim' Akathi

Udumakahle

Альбом: Utshwala Bephepha
Длительность: 4:38
Год: 2019
Скачать MP3

Текст песни

Uhulumeni
Kant'usithatha kanjani
Bakop'umculo wethu laba
Abasinaki thina

Uhulumeni
Kant'usithatha kanjani
Bakop'umculo wethu laba
Abawuqashi noko

Makubulaw'obhejane
Kucula thina laba
Sith'ayiphele lento
Yokubulal'obhejane

Makubulaw'abesimame
Kucula thina laba
Sith'ayiphele lento
Yokubulal'abesimame

Makuqal'ixenophobia
Kucula omaskandi
Sith'ayiphele lento
Yokubulal'abokufika

Makuqal'ixenophobia
Kucula omaskandi
Sith'ayiphele lento
Yokubulal'abokufika

Uhulumeni
Kant'usithatha kanjani
Bakop'umculo wethu laba
Abasinaki thina

Makuqal'ixenophobia
Kucula omaskandi
Sith'ayiphele lento
Yokubulal'abokufika

Kwakuyoba nchono khona ngihlal'ekhaya
Kubengangazi
Kulomnculo kuyoba nje
Kwakuyoba nchono khona ngihlal'ekhaya

Kwakuyoba nchono
Khona ngihlal'ekhaya (Ngangiyoba ngahlalelani na)
Kubengangazi
Kulomnculo kuyoba nje

Kwakuyoba nchono
Khona ngihlal'ekhaya
Ngangiyoba ngahlalelani na
Ngihlal'ekhaya
Ngilim'amasimu akithi

Kwakuyoba nchono
Khona ngihlal'ekhaya (Ngangiyoba ngahlalelani na)
Kubengangazi
Kulomnculo kuyoba nje

Kwakuyoba nchono
Khona ngihlal'ekhaya
Ngangiyoba wumahlalela mina
Ngihlal'ekhaya
Ngilim'amasimu akithi

Ngangiyoba wumahlalela mina

Ngangiyoba wumahlalela mina
Ngihlal'ekhaya
Ngilim'amasimu akithi

Kwakuyoba nchono
Khona ngihlal'ekhaya (Ngangiyoba wumahlalela mina)
Kubengangazi
Kulomnculo kuyoba nje

Kwakuyoba nchono
Khona ngihlal'ekhaya
Ngangiyoba wumahlalela mina
Ngihlal'ekhaya
Ngilim'amasimu akithi

Kwakuyoba nchono
Khona ngihlal'ekhaya
Kubengangazi
Kulomnculo kuyoba nje

Kwakuyoba nchono
Khona ngihlal'ekhaya
Ngangiyoba wumahlalela mina
Ngihlal'ekhaya
Ngilim'amasimu akithi

Ngangiyoba wumahlalela mina

Ngangiyoba wumahlalela mina
Ngihlal'ekhaya
Ngilim'amasimu akithi