Notice: file_put_contents(): Write of 635 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Lindani Gumede - Ngiyakwazi | Скачать MP3 бесплатно
Ngiyakwazi

Ngiyakwazi

Lindani Gumede

Альбом: Igama Lakho
Длительность: 5:17
Год: 2017
Скачать MP3

Текст песни

Ngiyakwazi wena Jehova
Ungibonisile uthando lwangempela
Hey wafika empilweni yami
Hey wayitshintsa  hey ingunaphakade

Ngiyakwazi Jesu (Ngiyakwazi wena Jesu wam)
Ungibonisile (Ungibonisile uthando lwangempela)
Hey wafika kimi (Wafika sengiphelelwe ngamandla)
Ngiyabonga Jesu (Wayihlela impilo yami)

Ngikubonile uyamnika umuntu uthando (Ngiyakwaziwena Jesu wam)
Ngilubonile uthando lwam (Ungibonisile uthando lwangempela)
Ngoba ufikile kimi  (Wafika sengiphelelwe ngamandla)
Manje sengiyalu langazelela uthando lwakho (Wayihlela impilo yami)

Wena uyamlinda umuntu
Futhi uyambekezelela umuntu ngothando lwakho
Ungu Jehova ongawaqambi amanga
Ungu Jehova olungileyo
Hey owafika lapho ngiphelelwa ngamandla
Mina sengiyabonga ngiyabonga ubukho bakho Jehova

Yebo baba (Ngiyakwazi wena Jesu wam)
Ungu Jehova (Ungibonisile uthando lwangempela)
Wafika kimi wena (Wafika sengiphelelwe ngamandla)
Sengiyabonga (Wayihlenga impilo yami)

Ngiyakwazi wena (Ngiyakwazi wena Jesu wam)
Hey ungibonisile uthando lwakho  (Ungibonisile uthando lwangempela)
Wafika kimi  (Wafika sengiphelelwe ngamandla)
Ngicela ukubonga (Wayihlenga impilo yami)

Wena uyamuthanda umuntu wakho  (Wafika sengiphelelwe ngamandla)
Yingako ngibonga  (Wayihlenga impilo yami)
Mina ngingumfakazi (Wafika sengiphelelwe ngamandla)
Izinto ozenze kimi Jehova  (Wayihlenga impilo yami)

Jehova wafika
Sengiphelelwe ngamandla
Wena wayihlenga
Impilo yami